Umlungisi uzithela isisila kuchaza ukuthi uyasiza umuntu kanti usuzifaka enkingeni, muntu osizayo uyena ojika Abe ngumuntu omubi,
Umlungisi uzithela isisila lenkulumo ivela lapho kunokungaboni ngaso linye phakathi kwabantu ababili kungabe bayalwa noma bedonsisana ngokwenkulumo phambi kwabantu bese ukuba khona obalamulayo mabelwa begcine sebeshaya yena lo obalamulayo noma afe esalamula besekuthiwa umlungisi uzithela isisila ngoba ubesiza engazi ukuthi ikinga izosala naye
Kusho ukuthi ungamsiza umuntu engenakutho,mhla waba notho wena bese uphenduka isitha futh kuye. Umzekelo,cosha iphara ulidabukele uliqoqe linethwa,ligodola ulilethe ekhaya lihlale nj kahle1 dy ubenohambo uma ubuya ubuya liqoqe yonke into enhle onayo laziphuma
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |